ZISHIYE kukhalwa ezingxenyeni eziningi zezwe izehlakalo zokushona nokugula kwabantu ikakhulu izingane, okukholakala ukuthi kudalwe ukudla ezisuke zikuthenge ezitolo, ...
KUMTHOBE amanxeba unina wowayeyisishoshovu esilelwa amalungelo abantu abahlala emijondolo owabulawa, ukunikelelwa ngendlu. Le ndlu enikelelwe umndeni kaMnuz Lindokuhle ...
BAZOLUTHEZA olunenkume abakuleli okuzotholakala ukuthi balekelela abokufika ukubabhalisa nokubaqashisela izitolo ezibiza bona njengoba kuqhubeka uhlelo lokubhaliswa ...
UMNDENI unuka ingoduso okuthiwa isacanasa ngaphandle, ngokufa kwesoka elinguthisha. Isidumbu sesoka sitholwe sinenxeba lokugwazwa entanyeni sidindilize phezu kwegazi, ...
SELULELWE unyaka ozayo isikhathi sokubhalisa ngokusemthethweni amabhizinisi abo kwabezipaza nabadayisa emigwaqweni.
IQEMBU lezepolitiki i-Democratic Alliance, lisola izinga lokuqeqeshwa amaphoyisa, kudalulwa izigidi ezilahleka kufakwa izimangalo ngabathile ababoshwa kungalandelwe ...
UMPHATHISWA woMnyango wezeziMali KwaZulu-Natal, uMnuz Francois Rodgers, useqale uphenyo ngezindleko ze-airtime ne-data okusetshenziswa yizikhulu zikahulumeni wesifundazwe ...
UMNDENI wesitshudeni esagazwa safa, esigamekweni okuboshwe kuso isoka elinguyise wengane esenzeke ngenyanga edlule, ukhathazwa wukuhlehla kwecala okwenza amanxeba ...
IYAKHULA ingcidezi kuNgqongqoshe wezoLimo uMnuz John Steenhuisen ekutheni amise ukukhiqizwa kwekhemikhali eyisibulali zinambuzane esisetshenziswa ngabalimi, i-terbufos ...
KUXWAYISWE abazali ukuthi bahleze beqaphile ukuqinisekisa ukuthi izingane azinyenyi ziyobhukuda emadamini anobungozi ngenhloso yokupholisa umzimba kule nkathi yasehlobo ...
UBAMBA uyayeka umndeni wowesifazane, isidumbu sakhe okuthiwa sitholwe sisongwe ngengubo yokulala sinodume lwengozi ekhanda, esigamekweni esenzeke eSwapo, eCopsville, ...
KUNXUSWE ukuthi azibambe ziqine ukubhekana nezinselelo zomsebenzi wawo amaphoyisa kuMasipala weTheku asengamathwasa abethulwa ngokusemthethweni ngoMsombuluko.
YINQWABA yabasolwa abafe bedubulana namaphoyisa ezigamekweni ezehlukene ezenzeke KwaZulu-Natal, phakathi kuka-Agasti noNovemba kulo nyaka.
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuleli, uMnuz Senzo Mchunu, uthe amacala okuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane, angamanye emacaleni abhekwe kakhulu ngamaphoyisa.
ZEHLE ngo-5. 1% izigameko zamacala abucayi obugebengu ezibikwe emaphoyiseni, ekoteni yesibili yonyaka wezimali u-2024/2025 uma uqhathanisa nesikhathi esifanayo ngonyaka ...
ABAWUBAMBELE amagqubu umndeni womsolwa obulawe ngesihluku ngamalungu omphakathi, ngezinsolo zokuthi unqume ingane waphuza igazi layo ngesonto eledlule eMkholombe, ...
AWUZANGE ulubhade enkantolo, umndeni womsolwa ona-17 obhekene necala lokubulawa ngesihluku kwengane eneminyaka emibili isidumbu sayo esitholwe sihlohlwe ebhakedeni ...
LIHLEHLISELWE inyanga ezayo yiNkantolo yeMantshi yaseMlaza, icala lowesilisa osolwa ngokubulala isitshudeni sase-Coastal College esiwunina wengane yakhe.
KUBOSHWE omakhelwane ngokubulawa ngesihluku kwesalukazi nomzukulu abebengcwatshwa ngeSonto, okuthiwa bebesinuka ngokuthakatha emva kokushona kwezihlobo zabo. UNksz ...
INHLANGANO ebhekelele abadayisa emgwaqweni nabezitolo ezincane, i-National Informal Traders Alliance of South Africa (Nitasa), ikhala ngomnqamulajuqu wesikhathi ...
KUVELE ukuthi aneminyaka engu-16 no-17 amantombazane ayamaniswa nesiga sokunqunywa kwengane, isidumbu sagxishwa ebhakedeni eMkholombe, ePort Shepstone ngoMsombuluko. ...
UHULUMENI KwaZulu-Natal, uthi uzosebenzisana neziphathimandla zabaqaphe imingcele ehlukanisa isifundazwe namanye amazwe, ukuqinisekisa akukho mpahla noma umuntu ...
UHLASELWE wumphakathi wamgxoba ngamatshe waze wafa ...
USASHAYA amakhala umndeni wephoyisa ebelisebenzela esiteshini esisePort Shepstone, okuthiwa lishone emva kokudutshulwa ngephutha wuzakwabo besemsebenzini beyoxazulula ...
UNGQONGQOSHE wamaPhoyisa kuleli uMnuz Senzo Mchunu, unxusa amaphoyisa ukuthi aqaphele uma eqhuba umsebenzi wawo.